Click here to download the UKZN STATUTE – English Version Ciphiza lapha ukuze ufinyelele emthethweni wase-UKZN ogunyaziwe-Ngolimi LwesiZulu
Umbono Ukuba YiNyuvesi engu ngqa phambili Kwezocwaningo Lwezemfundo e-Afrika Impokophelo INyuvesi engeyaseNingizimu-Afrika ngokuphelele edla ubhedu kwezemfundo, engungqa phambili kwezocwaningo, ezibandakanya nomphakathi nemele abantu ngokulingana, exazulula ukuvimbeleka nokungalingani kwesikhathi esedlule. IMIGOMO NEZIMISOMPILO EZINGUMGOGODLA Inyuvesi iphokophele ukuba yisikhungo esishitshile nesincike ekuqondeni kabanzi …
INyuvesi YaKwaZulu-Natal yasungulwa ngezi-01 kuMasingana 2004, kulandela ukuhlanganiswa kweNyuvesi yase-Durban Westville Kanye neNyuvesi yaseNatali. Inyuvesi entsha iqukethe umlando ngazo zombili lezi zikhungo esezihlanganisiwe. INyuvesi yase-Durban Westville yasungulwa ngonyaka we-1960’s njengeKolishi leNyuvesi lamaNdiya eSiqhingini saseSalisbury eChwebeni laseThekwini. Kuwo wonke unyaka we-1960, …
