Funda nge-UKZN
Menu
Inyuvesi ihlelwe ngokuthi ibe namaKolishi amane engamele iZikole (eziyi-19 sezizonke), ngakunye okulawulwa YiSekela-Shansela Kanye neNhloko YeKolishi, ngale ndlela elandelayo:
IKolishi Lezolimo, Ezobunjiniyela Nezesayensi
Uhlelo lomumo wezinhlaka ezehlukene eNyuvesi yonkana luncike kakhulu embonweni, impokophelo nezinhloso zeNyuvesi, futhi lwakhelwe ukuqinisekisa ukuphathwa kwale Nyuvesi enkulukazi ngokubambisana nangempumelelo.