Back

Organisational Structure

Inyuvesi ihlelwe ngokuthi ibe namaKolishi amane engamele iZikole (eziyi-19 sezizonke), ngakunye okulawulwa YiSekela-Shansela Kanye neNhloko YeKolishi, ngale ndlela elandelayo:

IKolishi Lezolimo, Ezobunjiniyela Nezesayensi
Isikole seZolimo, eZomhlaba, Nezemvelo
Isikole seKhemistri Nefizikisi
Isikole SobuNjiniyela
Isikole Sezifundo Ngokuphilayo
Isikole seZibalo, Izibalomidanti Nezifundo ZeKhompyutha

IKolishi Lezifundo Zezempilo
Isikole Sezokwelapha
Isikole Sezifundo Zokuxilonga Imithi Kanye Nokwelapha
Isikole Sezifundo Zezempilo
Isikole seZobuhlengikazi Kanye Nezempilo Yomphakathi

IKolishi Lezesintu
Isikole Sezenkolo Ezobunzululwazi Nezasemandulo
Isikole Sezobuciko
Isikole Sezifundo Ngenhlalo Yomphakathi
Isikole Sezifundo Ngenhlalosintu Elandelwayo
Isikole Sezifundo zokuhlelwa komumo Wezakhiwo Kanye Nentuthuko
Isikole Sezemfundo

Ikolishi Lezifundo Zomthetho Nezokuphatha
Isikole Sezomthetho
Isikole Seziqu Zezamabhizinisi Nezobuholi
Isikole Sokuhlelwa Kwamabhuku ezimali, Ezomnotho Nezezimali
Isikole Kwezokuphatha, Ezobuchwepheshe Nezokubusa

Uhlelo lomumo wezinhlaka ezehlukene eNyuvesi yonkana luncike kakhulu embonweni, impokophelo nezinhloso zeNyuvesi, futhi lwakhelwe ukuqinisekisa ukuphathwa kwale Nyuvesi enkulukazi ngokubambisana nangempumelelo.